Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Akusalanga lutho angaludlanga; ngalokho inhlanhla yakhe ayiyikuma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Akusalanga lutho angaludlanga, ngakho-ke impumelelo yakhe ayinakuma.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Akunakusala ekudleni kwakhe; ngakho kakho ozadinga impahla yakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:21
9 Referans Kwoze  

Intendele efukamela ingazalanga, unjalo owenza ingcebo ngokungalungi; iyakumshiya phakathi nezinsuku zakhe, abe yisiwula ngasekugcineni.


Akayikuba nandodana namzukulwana phakathi kwabantu bakhe; akuyikuba khona lapho egogobala khona.


Akayikuceba, nemfuyo yakhe ayiyikuma, nokudla kwakhe akuyikukhothamela phansi.


Izwi lengebhe lisezindlebeni zakhe; lapho ehlezi kahle, uyakufikelwa ngumphangi.


Wo kubona abahlanganisa indlu nendlu, besondeza insimu nensimu, kuze kungabe kusaba khona indawo, kwakhe nina nodwa emhlabeni!


UJehova Sebawoti wathi ezindlebeni zami: “Impela izindlu eziningi ziyakuba yincithakalo, nezinkulu nezinhle zingabi namuntu ohlala kuzo.


“Ngokuba abakwazi ukwenza okulungileyo,” usho uJehova; “babekelela ubudlova nokuphanga ezindlini zabo zamakhosi.”


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “Isitha siyakulihaqa izwe, sehlise kini izinqaba zenu, ziphangwe izindlu zenu zamakhosi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite