Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Uyakumunca isihlungu samabululu; ulimi lwenyoka luyakumbulala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Uncela isihlungu sezimfezi, abulawe wulimi lwenyoka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Uyakumunca isihlungu samabululu, ulimi lwenyoka luyombulala.

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:16
9 Referans Kwoze  

Umphimbo wabo uyiliba elivulekileyo, ngezilimi zabo bayakhohlisa, isihlungu sezinyoka siphansi kwezindebe zabo;


Kepha kwathi ebona abaningi kubaFarisi nabaSadusi beza embhapathizweni, wathi kubo: “Nzalo yezinyoka, ngubani onibonise ukubalekela intukuthelo ezayo na?


Isiprofetho ngezilwane zaseNingizimu. Badabula izwe losizi nelokuhlupheka, lapha kuvela khona ibhubesi nebhubesikazi, ibululu nenyoka endizayo, bethwala imfuyo yabo emihlane yezimbongolo nengcebo yabo phezu kwamalunda amakamela bakuyise kubantu abangenansizakalo.


Bayakuphela indlala, baqedwe ngukushisa komzimba, nayisifo esibuhlungu, ngibathumele amazinyo ezilwane, kanye nesihlungu sezikhasayo othulini.


iwayini labo liyisihlungu sawodrako,* lingubuthi obesabekayo bamabululu.


Ngokuba imicibisholo kaSomandla ikimi; isihlungu sayo siphuzwa ngumoya wami; izesabiso zikaNkulunkulu ziyangehlela.


Ngasekugcineni liyaluma njengenyoka, lihlabe njengebululu.


Umuntu onesihawu wenzela okuhle umphefumulo wakhe, kepha ononya uhlupha inyama yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite