Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ugwinyile ingcebo; uyakubuye ayihlanze; uNkulunkulu uyakuyikhipha esiswini sakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Umcebo awugwinyile, uyobuye awuhlanze, nguNkulunkulu oyakuwukhipha esiswini sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ugwinye ingcebo, futhi uyophinde ayikhafule; UNkulunkulu uyoyikhipha esiswini sakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:15
12 Referans Kwoze  

Umthamo owudlileyo uyakuwuhlanza, uchithe amazwi akho amnandi.


Abantwana bakhe bayakuzincengela kwabampofu, izandla zakhe zibuyise impahla yakhe.


kuyaguquka nokho ukudla kwakhe phakathi kwakhe, kube yinyongo yamabululu ezibilinini zakhe.


Lokho owakukhandlekelayo uyakukubuyisa, angakugwinyi; ngempahla ayitholileyo akayikujabula.


“Ngokuba wayengazi ukuthula esiswini sakhe; kayikuphepha nalutho kulokho akufisayo.


Imfuyo yendlu yakhe iyakumuka, inyamalale ngomuhla wentukuthelo.


Umtsheleki makabambe konke anakho, abafo baphange izithelo zomsebenzi wakhe.


Kukhona ingcebo enxanelekayo namafutha endlini yohlakaniphileyo, kepha umuntu oyisiwula uyakugwinya.


UNebukadinesari, inkosi yaseBabele ungidlile wangiqeda; ungenze isitsha esingenalutho, wangigwinya njengodrako;* ugcwalisile isisu sakhe ngokumnandi kwami, wangixosha.


“Bona abayikuphakamisa isaga nomfanekiso wemfumbe ngaye, bathi: “ ‘Wo kuyena owandisa okungesikho okwakhe koze kube nini na? – nozisindisa ngezibambiso!’


Ngiyakuhambela uBeli eBabele, ngikhiphe emlonyeni wakhe lokhu akugwinyileyo; izizwe azisayikugobhozela kuye, ugange lwaseBabele luyakuwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite