Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Abantwana bakhe bayakuzincengela kwabampofu, izandla zakhe zibuyise impahla yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Abantwana bakhe bayonxephezela abampofu, izandla zabo ziwubuyisele kubo umcebo wakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Abantwana bakhe bayofuna ukujabulisa abampofu, futhi izandla zakhe ziyobuyisela impahla yakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:10
15 Referans Kwoze  

Lokho owakukhandlekelayo uyakukubuyisa, angakugwinyi; ngempahla ayitholileyo akayikujabula.


Kodwa uZakewu wasukuma, wathi eNkosini: “Bheka, Nkosi, ngipha abampofu inxenye yempahla yami; kuthi uma ngimaphucile umuntu into ngamacebo, ngiyibuyisa iphindwe kane.”


Umuntu oswelayo ocindezela abampofu unjengemvula ekhukhulayo engashiyi ukudla.


Uma efunyanwa, uyakubuyisa kasikhombisa, anikeze yonke impahla yendlu yakhe.


Abantwana bakhe mababe yizintandane, baphanze, bacele bekude nezindawo zabo ezichithekileyo.


Abantwana baso bakude nokusindiswa, bachotshozwa esangweni; akakho obophulayo,


uyakulibuyisa ixhukazana, liphindwe kane, ngokuba enze lokho nangokuba wayengenasihawu.”


Uma ilanga lase liphumile phezu kwalo, kuyakuba yicala legazi phezu kwalo. Isela liyakukhokha nokukhokha; uma lingenalutho, kuyakuthengiswa ngalo ngenxa yokweba kwalo.


“Uma umuntu eba inkabi noma imvu, ayihlabe, noma athengise ngayo, uyakukhokha inkabi ngezinkabi eziyisihlanu, nemvu ngezimvu ezine.


UJehova wabenzela abantu umusa emehlweni abaseGibithe, babapha lokho abakucelayo. Babaphundla abaseGibithe.


Ngokuba uma wenqaba ukuba bahambe usababambile,


Ibhubesi elinamandla liyabhubha ngokuswela impango; amawundlu ebhubesikazi ayahlakazeka.


Ugwinyile ingcebo; uyakubuye ayihlanze; uNkulunkulu uyakuyikhipha esiswini sakhe.


Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; inzalo yakhe ayiyikusutha ngokudla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite