Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Seningihlazisile kayishumi; aninamahloni okuthi ningiphathe kabi na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Sekuze kwaba kalishumi ningingcofa, kodwa anizange nibe namahloni okuthi ningiphathe kabi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 ningithukile izikhathi eziyishumi; aninamahloni ngokuzenza abemzini kimi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:3
19 Referans Kwoze  

Kepha uyihlo ungikhohlisile, waguqula umvuzo wami kayishumi; kodwa uNkulunkulu akamvumelanga ukwenza okubi kimi.


Ezintweni zonke zokuhlakanipha nezokuqonda inkosi eyayibabuza ngazo yabafumanisa bedlula kayishumi zonke izanusi nabathwebulayo ababesembusweni wayo wonke.


Sengaba ngumfokazi kubafowethu, nowezizwe kubantwana bakamame.


Umoya wami mubi kumkami, ngiyanuka kubantwana besisu sikamame.


Kwathi lapho abaJuda ababehlala eceleni kwabo sebefika, bathi kithi kayishumi, bevela ezindaweni zonke: “Buyelani kithi.”


uma udedisele kude ukona okusesandleni sakho, ungahlalisi ububi ematendeni akho,


Ukugavuza kwakho kuthulisa abantu na? Nalapho ukloloda, akakho ongakuhlaza na?


lokhu bonke labo bantu ababone inkazimulo yami nezibonakaliso zami engazenza eGibithe nasehlane bengilingile kayishumi, abalalela izwi lami,


Nxa ngaphula uzime lwesinkwa, abesifazane abayishumi bayakupheka isinkwa sakho eziko linye, babuyise isinkwa senu ngesisindo; niyakudla ningasuthi.


UJosefa wabona abafowabo, wabazi, kepha wazishaya ongabaziyo kubo, wakhuluma kalukhuni kubo, wathi kubo: “Nivelaphi na?” Bathi: “Sivela ezweni laseKhanani, size ukuthenga ukudla.”


“Koze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningiphohloze ngamazwi, na?


Uma impela ngidukile, ukuduka kwami kukimi ngedwa.


Ngiyezwa insolo engihlazisayo, kepha umoya wasengqondweni yami uyangiphendula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite