Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 engiyakumbona uqobo lwami; amehlo ami ayakumbona, kungabi njengomfokazi; okuphakathi kwami kuyaphela esifubeni sami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Ngiyakumbona mina uqobo lwami, amehlo ami ayakumbona, hhayi njengomfokazi, umphefumulo wami uqhilika injabulo uma ngicabanga ngalokho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Mina ngokwami ngizambona, lamehlo ami azambona, kungabi omunye; noma izinso zami ziphelile phakathi kwami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:27
8 Referans Kwoze  

Inyama yami nenhliziyo yami iyaphela; nokho uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Kepha abafileyo bakho bayakubuye baphile, izidumbu zabo zivuke. Phaphamani, nijabule nina enihlala othulini, ngokuba amazolo akho angamazolo okukhanya, nomhlaba uyakubakhipha abafileyo.


“Ngiyambona, kepha kungemanje; ngiyambheka, kodwa kungeseduze; kuyakuvela inkanyezi kuJakobe, nentonga yobukhosi iyakuvuka kwa-Israyeli, ishaye uMowabi emaceleni, ichithe onke amadodana kaSeti.


UJehova ungakimi, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na?


khona uyakunxusa uNkulunkulu ukuba abe nomusa kuye, abone ubuso bakhe ngokujabula, abesebuyisela kumuntu ukulunga kwakhe.


Kepha mina ngiyakubuka ubuso bakho ekulungeni, ngisuthe ngesimo sakho ekuvukeni kwami.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Amehlo akho ayakuyibona inkosi ebuhleni bayo, ayakubona izwe elelulekele kude.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite