Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Isicupho siyakumbamba ngesithende; ifolo liyakumbamba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Unoxhaka usibambe esithendeni, nogibe lwasibamba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Isidakwa siyakumbamba ngesithende, futhi umphangi uzomnqoba.

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:9
9 Referans Kwoze  

abakuvuna kwabo kudliwa ngabalambileyo, bakukhipha nasemeveni; abanxanelayo basezela impahla yabo.


Esakhuluma lowo, kwafika nomunye, wathi: “AmaKaledi enza amaviyo amathathu, ahlasela amakamela, awathatha, azibulala izinceku ngosiko lwenkemba; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.”


lapho amaSheba etheleka, azithatha; izinceku azibulele ngosiko lwenkemba; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.”


Ngokuba uyaphonswa yizinyawo zakhe enetheni, uhamba phezu kweveku.


Uthukuselwe inkintshela emhlabathini, nesihibe emgwaqweni.


Abazidlayo bangifihlela ugibe; ngezintambo bendlala inetha; eceleni kwendlela bangibekela izihibe. Sela*


UJehova uzazisile, wahlulela; umcuphile omubi emsebenzini wezandla zakhe. Higayoni.* Sela*


Esiphambekweni somuntu omubi kukhona ugibe, kepha olungileyo uyenanela, athokoze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite