Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kungani ukuba sithiwe siyizilwane, singcolile emehlweni enu, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kungani sithathwa njengezilwane, siyizithutha yini emehlweni akho na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kungani sithathwa njengezinkomo futhi sithathwe njengento embi emehlweni akho?

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:3
9 Referans Kwoze  

ngaba yisiphukuphuku, angaqonda lutho; ngaba yisilwane kuwe.


Nokho buyani nonke phela, nize; kodwa angiyikuthola phakathi kwenu ohlakaniphileyo.


Ngokuba uvalile izinhliziyo zabo zingaqondi; ngalokho awuyikubaphakamisa.


thandanani ngenhliziyo ngothando lobuzalwane; ekwazisaneni nandulelane;


Ngathi enhliziyweni yami: “Kungenxa yamadodana abantu ukuze uNkulunkulu awavivinye, wona azibonele ukuthi anjengezilwane nje.


Angamshaya imivimbo engamashumi amane, angadluli, funa uma ebeyakudlula, amshaye imivimbo eminingi phezu kwaleyo, kuze kuthi umfowenu ahlazwe emehlweni akho.


“Koze kube nini nibekela amazwi ami izingibe na? Qondani, andukuba sikhulume.


Wena ozidwengula olakeni lwakho, umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite