Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Amalungu omzimba wakhe ayakudliwa, yebo, ukufa okwesabekayo kuyakudla amalungu akhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Izingxenye zesikhumba saso ziyakudliwa, yebo, izibulo lokufa kuyawadla amalungu aso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kuyakuqeda amandla esikhumba sakhe; izibulo lokufa liyakudla amandla akhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:13
7 Referans Kwoze  

Amazibulo abampofu ayakuklaba, nabaswelayo bayakulala belondekile; ngiyakubulala impande yakho ngendlala, nensali yakho iyakubhujiswa.


Ngase ngibona, bheka, nanto ihhashi elimpofu nohlezi phezu kwalo, igama lakhe lalingukuFa, neHayidese* lalandelana naye; base benikwa amandla phezu kokwesine komhlaba ukuba babulale ngenkemba, nangendlala, nangokufa, nangezilwane zomhlaba.


Yikho okuyakuba ngukushaya uJehova ayakushaya ngakho bonke abantu abalwe neJerusalema: inyama yabo iyakudleka besemi ngezinyawo zabo, namehlo abo ayakuphelela ezikhoxeni zawo, ulimi lwabo ludleke emlonyeni wabo.


Ngehla ngasemikhawulweni yezintaba; imigoqo yomhlaba yayisemva kwami kuze kube phakade. Kepha wakhuphula ukuphila kwami egodini, Jehova Nkulunkulu wami.


Liyakwehlela emigoqweni yendawo yabafileyo, lapho kuyakuba khona ukuphumula othulini kanyekanye.”


“Rubeni, uyizibulo lami wena, amandla ami, ukuqala kwezikhwepha zami, ingqongqo ngesithunzi, ingqongqo ngamandla.


Asibalwanga njengabofakazi na? Ngokuba wathengisa ngathi, waqeda intengo yethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite