Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ububi buyakumlambela, ulungiselwe ingozi eceleni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Inhlupheko isilambele, nenhlekelele isilindele lapho sikhubeka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amandla akhe ayakulamba, nokubhujiswa kuyalungiselelwa eceleni kwakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:12
10 Referans Kwoze  

nangokufisa bayakuthengiselana ngani ngamazwi obuqili, abakulahlwa kwabo kwamandulo akulibali nokubhujiswa kwabo akozeli.


Nxa bethi: “Ngukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyabazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo, abasoze baphunyuka.


Bayakudabula izwe bexinekile, belambile; kuyakuthi lapho belamba, bavuke ulaka, bathuke inkosi yabo noNkulunkulu wabo, babheke phezulu.


Abantwana bakhe mababe yizintandane, baphanze, bacele bekude nezindawo zabo ezichithekileyo.


Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe, kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.


Kuyakuthi bonke abasele endlini yakho bafike bamkhothamele ngohlamvu lwesiliva neqebelengwane lesinkwa, bathi: “Ake ungibeke kwesinye sezikhundla zompristi ukuba ngidle ucezu lwesinkwa.” ’ ”


Ababesuthile baqashelwa isinkwa; ababelambile sebeyekile ukulamba; yebo, oyinyumba uzele abayisikhombisa; onabantwana abaningi uyawuma.


Akusikho ukubhubha kwabangalungile nengozi kwabenza okubi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite