Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 17:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ochaka abangane bakhe ngenxa yesabelo, amehlo abantwana bakhe ayakufiphala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Okhaphela abangani bakhe ngenxa yesabelo; amehlo abantwana bakhe ayakufiphala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Okhulumela abangani bakhe izinto ezithophayo, amehlo abantwana bakhe ayafiphala.

Gade chapit la Kopi




UJobe 17:5
12 Referans Kwoze  

Ohamba encetheza uyambula izimfihlakalo; ngalokho ungahlangani naye ovula kakhulu umlomo wakhe.


Umuntu othopha umakhelwane wakhe wenekela izinyawo zakhe inetha.


Kepha amehlo ababi ayakufiphala; abayikuba nandawo yokuphephela; ithemba labo liyakuba ngukuphuma komphefumulo.”


Kepha angiyikukwenza emihleni yakho ngenxa kaDavide uyihlo, kodwa ngiyakuwuhlwitha esandleni sendodana yakho.


Phakathi kwalezo zizwe awuyikuthola ukuthula, kungabikho kuphumula ematheni onyawo lwakho, kepha uJehova uyakukunika khona inhliziyo eqhaqhazelayo, nokuphela kwamehlo, nokudangala komphefumulo,


ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana kuso isizukulwane sesithathu nesesine sabangizondayo,


Ngokuba asizange sibe namazwi okuthopha, njengokuba nazi; asizange futhi sibe nobuqili bokufisa, uNkulunkulu ungufakazi,


Amehlo ethu ayaphela ukubheka usizo lwethu oluyize; ekulindeni kwethu silindela isizwe esingenakusindisa.


“ ‘Ungamcindezeli umakhelwane wakho, ungamphangi; inkokhelo yomqashwa ayiyikuhlala kuwe ubusuku bonke kuze kuse.


“ ‘Ungahambahambi ucetheza phakathi kwabantu bakho, ungamelani nokuphila komakhelwane wakho; nginguJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite