Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 17:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ake unginike isibambiso, ungimele; ngubani oyakuxhawulana nami na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ake unginike isibambiso, ungimele, ngubani oyokwenza isivumelwano nami na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Hamba ulale, ungibeke njengesibambiso kuwe; ubani ozongishaya?

Gade chapit la Kopi




UJobe 17:3
12 Referans Kwoze  

Ngokungakho-ke uJesu waba yisiboniso sesivumelwano esingcono.


Ngatshiyozisa okwenkonjane, ngaliliselisa okwejuba; amehlo ami aphela ngokubheka phezulu; Nkosi, ngiyacindezelwa; yiba yisibambiso sami.”


Uyahlupheka nokuhlupheka omela umfokazi, kepha ozonda ukunika isibambiso ulondekile.


Mela inceku yakho kube kuhle; abazidlayo mabangangicindezeli.


Ngokuba inceku yakho yaba yisibambiso somfana kubaba, yathi: ‘Uma ngingambuyiseli kuwe, ngiyakuba necala kubaba kuze kube phakade.’


Mina ngiyakuba yisibambiso sakhe; uzakumbiza esandleni sami; uma ngingambuyiseli kuwe, ngimbeke ebusweni bakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade,


Akukho mnqamulajuqu phakathi kwethu ongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili.


Ungabi ngowabaxhawulanayo, nowabayizibambiso zezikwenetu;


Thatha ingubo yoyisibambiso somfokazi, umbambe abe yisibambiso omela abezizwe.


Umuntu oswela ingqondo unikana nomunye izandla, abe yisibambiso phambi komakhelwane wakhe.


bese kuthi ubumpofu bakho bufike njengomhambuma, nokuswela kwakho njengomuntu wesihlangu.


“Ake umemeze; ukhona okuphendulayo na? Uyakuphendukela kumuphi kwabangcwele na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite