Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 17:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Nokho buyani nonke phela, nize; kodwa angiyikuthola phakathi kwenu ohlakaniphileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kepha nina buyani manje ngothi lwenu, nokho angiyukumthola ohlakaniphileyo phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kepha buyani nonke, nize manje, ngokuba angitholi noyedwa ohlakaniphileyo phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 17:10
11 Referans Kwoze  

Kwathi lapho uJehova esekhulumile lawo mazwi kuJobe, uJehova wathi ku-Elifazi umThemani: “Intukuthelo yami iyavuthela wena nabangane bakho ababili, ngokuba anikhulumanga okulungileyo ngami njengenceku yami uJobe.


Ake niphenduke, kungabikho ukungalungi, nibuye niphenduke; indaba yami ilungile.


Ngisho lokhu ukuba nibe namahloni. Kunjalo kanti: akukho namunye phakathi kwenu ohlakaniphileyo onganquma phakathi kwabazalwane bakhe na?


Siphi isazi na? Uphi umbhali na? Uphi umphikisi walesi sikhathi na? UNkulunkulu kakwenzanga kube yize ukuhlakanipha kwaleli zwe na?


Bese nibuya, nahlukanise abalungileyo nababi, abamkhonza uNkulunkulu nabangamkhonziyo.


Abakhulu abahlakaniphile, nabadala abaqondi ukwahlulela.


Ngokuba uvalile izinhliziyo zabo zingaqondi; ngalokho awuyikubaphakamisa.


Wazini esingayazi thina na? Uqonda ntoni engekho kithina na?


“Impela yinina eningabantu; ukuhlakanipha kuyakufa nani.


Imihla yami isidlulile, amasu ami anqunyiwe kanye nemicabango yami yenhliziyo.


Kungani ukuba sithiwe siyizilwane, singcolile emehlweni enu, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite