Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 17:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Umoya wami usuchithekile, imihla yami iyacimeka; okwami sekuyithuna nje.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 “Umoya wami wephukile, imihla yami iyaphela, sengibhekene negodi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Umoya wami wonakele, izinsuku zami ziphelile, amathuna alungiselwe mina.

Gade chapit la Kopi




UJobe 17:1
10 Referans Kwoze  

Ngokuba angiyikulwa kuze kube phakade, angiyikuthukuthela njalonjalo, ngokuba umoya ubuyakuphela phambi kwami, leyo miphefumulo engiyenzileyo.


Emva kwalokho uJobe wayesekhona iminyaka eyikhulu namashumi amane, wabona amadodana akhe namadodana amadodana akhe kwaze kwaba yizizukulwane ezine.


Umoya wami mubi kumkami, ngiyanuka kubantwana besisu sikamame.


Ayini amandla ami ukuba ngingaze ngethembe na? Ukuphela kwami kuyini ukuba ngingaze ngibekezele na?


“Imihla yami iyashesha kunesaluko, iphela ingenathemba.


Ngokuba iyingcosana iminyaka eyakubalwa, ngingakahambi indlela engingayikubuya kuyo.


Imihla yami isidlulile, amasu ami anqunyiwe kanye nemicabango yami yenhliziyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite