Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ungicindezele, kungubufakazi; ukonda kwami kuyangivukela, kufakaze ebusweni bami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ungibambile, lokhu kungubufakazi, ukuzaca kwami kumile kungubufakazi phambi kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Futhi ningigcwalisile ngemibimbi, engufakazi ngami, nobuncane bami obukhuphukela kimi bufakaza ebusweni bami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:8
10 Referans Kwoze  

Ubuyakuletha kimi ofakazi abasha, wandise intukuthelo yakho kimi, amabandla ngamabandla angisukele.


Amathambo ami anamathela esikhumbeni sami nasenyameni yami; ngisinde ngokulambisa kuphela.


Ngahamba ngigcwele, uJehova ungibuyise ngize; ningibizelani ngokuthi uNawomi, lokhu uJehova efakazile ngami, uSomandla engenzele okubi, na?”


ukuze azimisele ibandla elinenkazimulo, lingenasisihla, nambimbi, nanto enjalo, kodwa libe ngcwele lingenacala.


Siyezwa amahubo avela emikhawulweni yomhlaba, athi: “Udumo malube koLungileyo!” Kepha mina ngithi: “Ngifile, ngifile! Maye kimi!” Abakhohlisi bakhohlisile, yebo, abakhohlisi bakhohlisile nokukhohlisa.


Ngalokho iNkosi uJehova Sebawoti iyakuthuma ukonda phakathi kwabakhulupheleyo bakhe, nangaphansi kodumo lwakhe kuyakuphembeka ukushisa njengokushisa komlilo.


Amadolo ami abuthakathaka ngokuzila ukudla, nomzimba wami uswele ukukhuluphala.


Wabanika abakufisayo, kepha wathuma ukonda emiphefumulweni yabo.


Iso lami lifiphele ngosizi; onke amalungu ami anjengethunzi.


Inyama yakhe iyadliwa, ingabe isabonwa; amathambo akhe akade engabonakali aseqhamukile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite