Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Amazwi angumoya nje awayikuphela yini? Ucunulwa yintoni ukuba uphendule na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Awukho yini umkhawulo emazwini ayize na? Ucunulwa yini ukuze ungiphendule na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ingabe amazwi ayize ayoba nesiphetho? kumbe yini ekuqinisayo ukuthi uphendule?

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:3
10 Referans Kwoze  

Nicabanga yini ukusola amazwi, lokhu ukukhuluma kophelelwa ithemba kungumoya nje na?


“Ohlakaniphileyo uyakuphendula ngokwazi okungumoya nje, agcwalise isisu ngomoya wasempumalanga, na?


ukhulume okuqondileyo okungasolekiyo, ukuze omelana nathi abe namahloni, engenalutho olubi angalukhuluma ngathi.


abamelwe ukuthuliswa, abachitha indlu iphela, befundisa okungafanele ngenxa yenzuzo embi.


Kwakungekho obengamphendula ngazwi; emva kwalolo suku akwabe kusabakho muntu onesibindi sokumbuza lutho.


Ngiyezwa insolo engihlazisayo, kepha umoya wasengqondweni yami uyangiphendula.


“Koze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na?


Kwathi ukuba u-Elkana enze njalo iminyaka ngeminyaka, lapho enyukela endlini kaJehova, wamncokoloza kanjalo; ngalokho wakhala, akadlanga lutho.


Bhekani, nina nonke nikubonile; kungani ukuba nizenze ize na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite