Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ukuba amphikele umuntu kuNkulunkulu nendodana yomuntu kumakhelwane wayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 ukuze abeke udaba lomuntu kuNkulunkulu, njengomuntu ekhulumela umngani wakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 O, ukuthi umuntu angamncengela umuntu kuNkulunkulu, njengalokhu umuntu ekhulumela umakhelwane wakhe!

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:21
11 Referans Kwoze  

Okukhona kwake kwabizwa ngegama; kwaziwa ukuthi umuntu uyakuba yini; akanakwahlulelana nonamandla kunaye.


O, wena muntu! Ungubani-ke wena ophikisana noNkulunkulu na? Okubunjiweyo kungasho yini kowakubumbayo ukuthi: “Wangenzelani ngaba njena na?”


“Wo kuye olwa noMenzi, udengezi phakathi kwezindengezi zomhlaba! Ibumba liyakusho kolibumbayo ukuthi: ‘Wenzani na?’ nomsebenzi wakho ukuthi: ‘Akanazo izandla,’ na?


sengathi angaba khona ongizwayo nantu uphawu lwami, makangiphendule uSomandla – ngibe nencwadi ayilobileyo omelana nami!


Khona mawubize, mina ngiyakuphendula, noma kukhulume mina, wena ungiphendule.


Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla; ngifuna ukuphikisana noNkulunkulu.


Abangane bami bayangiklolodela; iso lami liphophoza izinyembezi kuNkulunkulu


Ngokuba iyingcosana iminyaka eyakubalwa, ngingakahambi indlela engingayikubuya kuyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite