Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Abangane bami bayangiklolodela; iso lami liphophoza izinyembezi kuNkulunkulu

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Abangani bami bayangiklolodela, iso lami liphophoza izinyembezi kuNkulunkulu,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Abangane bami bayangidelela, kodwa iso lami likhala izinyembezi kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:20
15 Referans Kwoze  

owathi esenikele emihleni yenyama yakhe ngemikhuleko, nokunxusa, nokudazuluka okukhulu, nezinyembezi kuyena onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


Ngiyathulula ebusweni bakhe isikhalo sami, ngibonakalisa kuye inhlupheko yami.


Ngenxa yothando lwami bayangizonda, mina ngisemkhulekweni njalo.


Impela kukhona abangiklolodelayo, iso lami lisekucunuleni kwabo.


Nami ngingakhuluma njengani; uma imiphefumulo yenu ibisesikhundleni somphefumulo wami, bengiyakuhlanganisa amazwi ngani, ngininikinele ikhanda lami.


Kepha manje ungikhathazile, uyichithile yonke indlu yami.


Ubuso bami bubomvu ngokukhala; ezinkosheni zami kukhona ithunzi lokufa,


ukuba amphikele umuntu kuNkulunkulu nendodana yomuntu kumakhelwane wayo.


Iso lami lifiphele ngosizi; onke amalungu ami anjengethunzi.


“Udedisile kimi abafowethu, nabazana nami sebahlukene impela nami.


“Ngiyacela, Jehova: ake ukhumbule ukuthi ngihambile phambi kwakho ngeqiniso nangenhliziyo epheleleyo, ngenzile okuhle emehlweni akho.” Wayesekhala uHezekiya ngokukhala okukhulu.


Sengathi ngingazi ukuthi ngiyakumtholaphi, ngize ngifike endlini yakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite