Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Mhlaba, ungathukusi igazi lami; ukukhala kwami makungabi nandawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Mhlaba, uze ungaligqibi igazi lami, ukukhala kwami makungayitholi indawo yokuphumula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 O mhlaba, ungasimbozi igazi lami, nokukhala kwami makungabi nandawo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:18
13 Referans Kwoze  

“ ‘Ngokuba izingazi zawo ziphakathi kwawo; wazibeka edwaleni eliyinyabule; akazithelanga emhlabathini ukuzisibekela ngothuli.


Ngokuba bhekani, uJehova uyaphuma endaweni yakhe ukuba ahambele ububi babakhileyo emhlabeni; umhlaba uyakubonakalisa igazi lawo, ungabe usabasibekela ababuleweyo babo.


Usuqalekisiwe emhlabathini ovulile umlomo wawo ukwamukela igazi lomfowenu esandleni sakho.


Lizwe, lizwe, lizwe, yizwa izwi likaJehova.


Lapho nelula izandla zenu, ngiyakufihla kini amehlo ami; yebo, lapho nenza imikhuleko eminingi, angiyikuzwa; izandla zenu zigcwele igazi.


UNkulunkulu uyakuzwa ukukhala kwakhe, lapho ehlelwa lusizi, na?


ungalisibekeli icala labo, masingesulwa isono sabo phambi kwakho, ngokuba bakucunulile ngaphambi kwabakhi.”


noma kungekho ubudlova ezandleni zami nokukhuleka kwami kulungile.


Namanje bheka, ufakazi wami usezulwini; ummeli wami usezindaweni eziphakemeyo.


Ukukhala kwami makusondele ebusweni bakho, Jehova; ngiqondise ngokwezwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite