Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 noma kungekho ubudlova ezandleni zami nokukhuleka kwami kulungile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 nakuba kungekho budlova ezandleni zami, nokukhuleka kwami kulungile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kungabi ngokungabi nabulungisa ezandleni zami; umkhuleko wami nawo uhlanzekile.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:17
20 Referans Kwoze  

Umhlatshelo wababi uyisinengiso kuJehova, kepha umkhuleko wabaqotho uyintokozo yakhe.


kepha bambozwe ngendwangu yamasaka, umuntu nesilwane, kukhalwe kuNkulunkulu ngamandla, yebo, kubuyiswe yilowo nalowo endleleni yakhe embi nasebudloveni obusezandleni zakhe.


Ubulembu babo abuyikuba yizingubo, futhi abanakuzimboza ngemisebenzi yabo; isenzo sendluzula sisezandleni zabo.


Ngokuba ibandla labangenaNkulunkulu liyakuba yinyumba, umlilo uqede amatende abathengwa ngemivuzo.


Umuntu omubi uyazibinya imihla yonke, umumo weminyaka othukuselwe isidlwangudlwangu.


uma udedisele kude ukona okusesandleni sakho, ungahlalisi ububi ematendeni akho,


Ngalokho ngithanda ukuba amadoda akhuleke ezindaweni zonke, ephakamisa izandla ezingcwele, engenalulaka nokuphikisana.


Mhlaba, ungathukusi igazi lami; ukukhala kwami makungabi nandawo.


izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhipha inkohliso.


Ngimsulwa, anginasiphambeko; ngimhlophe, akukho okubi kimi.


Yizwa ukulunga, Jehova, ulalele ukukhala kwami, ubeke indlebe emkhulekweni wami ophuma ezindebeni ezingenankohliso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite