Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ubuso bami bubomvu ngokukhala; ezinkosheni zami kukhona ithunzi lokufa,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ubuso bami buklwele babomvu ngukukhala, kunobumnyama obukhulu ezinkopheni zami,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ubuso bami bungcolile ngokukhala, naphezu kwezinkophe zami ithunzi lokufa;

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:16
14 Referans Kwoze  

Wathi kubo: “Umphefumulo wami ulusizi kakhulu kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde.”


“Ngiyakhala ngalokhu; iso lami, iso lami liyamululeka izinyembezi, ngokuba umduduzi wami obeyakubuyisa umphefumulo wami ukude nami. Abantwana bami bachithekile, ngokuba isitha sahlulile.”


Njengalokhu abaningi bamangala ngayo ubuso bayo babonakele kunobabantu, nesimo sayo kunesamadodana abantu


Ngokuba ngidlile umlotha njengesinkwa, nophuzo lwami ngiluxubanisile nezinyembezi.


Ngikhathele ukukhala kwami, umphimbo wami ushile; amehlo ami ayafiphala ekulindeleni uNkulunkulu wami.


Kwathi ngithule, amathambo ami aguga ngokububula kwami usuku lonke.


Yiba nomusa kimi, Jehova, ngokuba ngiyahlupheka; iso lami liyafa usizi, nomphefumulo wami nomzimba wami.


Iso lami lifiphele ngosizi; onke amalungu ami anjengethunzi.


Izintambo zokufa zangizungeza, nobuhlungu bendawo yabafileyo bangibamba; ngafumana ukuhlupheka nosizi.


Abangane bami bayangiklolodela; iso lami liphophoza izinyembezi kuNkulunkulu


Ngokuba ithunzi lokufa kubo bonke labo linjengokusa, lokhu beyazi ingebhe yethunzi lokufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite