Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 15:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 uphendulele kuNkulunkulu ukufutheka kwakho, ukhiphe amazwi emlonyeni wakho na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 bese ubhokela uNkulunkulu ngolaka, ukhulume amazwi anje ngomlomo wakho na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uphendulela uNkulunkulu umoya wakho, ukhuphe amazwi anjalo emlonyeni wakho?

Gade chapit la Kopi




UJobe 15:13
16 Referans Kwoze  

Uma umuntu esho ukuthi uyikholwa, engabophi ulimi lwakhe kungathi ngetomu kodwa ekhohlisa inhliziyo yakhe, ukukhonza kwalowo kuyize.


“Amazwi enu ayelukhuni kimi,” usho uJehova. “Nokho nithi: ‘Sikhulumeni ngawe na?’


Londa ulimi lwakho kokubi, nezindebe zakho kukho ukukhuluma inkohliso.


Amatende abacindezelayo anokuthula; abathukuthelisayo uNkulunkulu bayalondeka, abaletha unkulunkulu wabo ngezandla zabo.


Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, ukhanye phezu kwamasu ababi, na?


Ehlakaniphile enhliziyweni, eqinile emandleni, ngubani oziqinisele kuye, waphumelela,


Umukiselwani yinhliziyo yakho na? Kungani ukuba amehlo akho aphayizele,


Uyini umuntu ukuba abe ngohlambulukileyo, nozelwe ngowesifazane ukuba alungisiswe, na?


Kepha uKayini nomnikelo wakhe akawunakanga. Wayesethukuthela kakhulu uKayini, ubuso bakhe banyukumala.


Esakhuluma nawo, bheka, inkosi yehlela kuye; yathi: “Bheka, lobu bubi buvela kuJehova; ngisamhlalelelani uJehova na?”


Ubuwula bomuntu buchitha indlela yakhe, kepha inhliziyo yakhe iyamthukuthelela uJehova.


Ukhononelani umuntu ophilayo, umuntu ojeziswa ngezono zakhe, na?


“Kodwa nithi: ‘Indlela yeNkosi ayilingani.’ Yizwani nina ndlu yakwa-Israyeli: Indlela yami ayilingani na? Angithi yizindlela zenu ezingalingani na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite