Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 13:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Niyakumkhulumela uNkulunkulu ngokubi, nimkhulumele ngenkohliso, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Niyokhuluma okubi yini ngoNkulunkulu, niyokhuluma inkohliso ngaye na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uzakhuluma kubi kuNkulunkulu yini? futhi ukhulume kuye ngenkohliso?

Gade chapit la Kopi




UJobe 13:7
12 Referans Kwoze  

Impela amazwi ami awasiwo amanga; unawe ophelele ekwazini.


kodwa sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kepha ngokuveza obala iqiniso sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.


Bayakunikhipha emasinagogeni,* yebo, siyeza isikhathi sokuba lowo onibulalayo uyakuthi ukhonza uNkulunkulu.


izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhipha inkohliso.


Ochaka abangane bakhe ngenxa yesabelo, amehlo abantwana bakhe ayakufiphala.


Ake ukhumbule ukuthi ngubani owake wachithwa engenacala na? Babhujiswaphi abalungileyo na?


Kuye kukhona amandla nokusizwa; odukisiweyo nodukileyo bakuye.


Ake nizwe ukuthetha kwami, niqaphele ukuzivikela kwezindebe zami.


UJehu wabutha bonke abantu, wathi kubo: “U-Ahabi wamkhonza uBali kancane, kepha uJehu uyakumkhonza kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite