Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 13:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Sengathi ningathula nokuthula, lokho kube ngukuhlakanipha kini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Sengathi impela ningawuhlaba inhlali, lokho kuyoba ngukuhlakanipha kini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 O, sengathi ungathula uthule! futhi lokhu kufanele kube ukuhlakanipha kwakho.

Gade chapit la Kopi




UJobe 13:5
14 Referans Kwoze  

Nesiwula lapho sithule kuthiwa isihlakaniphi; ovala umlomo wakhe ungoqondileyo.


“Thulani, ningiyeke ukuba ngikhulume, kungehlele noma yini.


Niyakwazi lokho, bazalwane bami abathandekayo. Yilowo nalowo muntu makasheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze ukuthukuthela;


Ngokuba iphupho livela ngemisebenzi eminingi nephimbo lesiwula ngobuningi bamazwi.


Ngalokho ohlakaniphileyo uyakuthula ngaleso sikhathi, ngokuba kuyisikhathi esibi lesi.


Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe.


“Koze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningiphohloze ngamazwi, na?


“Koze kube nini nibekela amazwi ami izingibe na? Qondani, andukuba sikhulume.


Amazwi angumoya nje awayikuphela yini? Ucunulwa yintoni ukuba uphendule na?


Ukugavuza kwakho kuthulisa abantu na? Nalapho ukloloda, akakho ongakuhlaza na?


Ake nizwe ukuthetha kwami, niqaphele ukuzivikela kwezindebe zami.


Ngibukeni, nimangale, nibeke izandla emilonyeni yenu.


Ngibalindele yini, uma bengakhulumi, na? Ngokuba bemi bengasaphenduli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite