Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha mawubuze izinkomo, ziyakukufundisa, nezinyoni zezulu, ziyakukutshela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kepha ake ubuze izilwane, zizokufundisa, nezinyoni zezulu, ukuze zikutshele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa manje buza izilwane, futhi zizokufundisa; nezinyoni zezulu, ziyakukutshela;

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:7
11 Referans Kwoze  

Inkabi iyamazi umniniyo nembongolo umkhombe womnikaziyo; u-Israyeli akazi, isizwe sami asiqondi.”


Yana entuthwaneni, vilandini, ubone izindlela zayo, uhlakaniphe,


Nonogolantethe emkhathini uyazazi izikhathi zakhe ezimisiweyo, ihobhe, nenkonjane, nonohemu bagcina isikhathi sokufika kwabo, kepha abantu bami abazazi izahlulelo zikaJehova.


Ngokuba okungabonwayo kwakhe, kuthi amandla akhe aphakade nobuNkulunkulu bakhe kubonakala kwasekudalweni kwezwe, ngokuba kuqondakala ngezenzo zakhe, ukuze bangabi nakuzilandulela,


Amatende abacindezelayo anokuthula; abathukuthelisayo uNkulunkulu bayalondeka, abaletha unkulunkulu wabo ngezandla zabo.


Khuluma kuwo umhlaba, uyakukufundisa, nezinhlanzi zolwandle ziyakukulandisa.


UNkulunkulu wadala imikhomo emikhulu nezilwane zonke eziphilayo ezihambayo, amanzi agcwala zona ngezinhlobo zazo, nezinyoni zonke ezinamaphiko ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


UNkulunkulu wazenza izilo zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


bona abayikukufundisa yini, bakutshele, bakhiphe amazwi ezinhliziyweni zabo, na?


“Kukhona izinto ezine ezincane emhlabeni, kepha zihlakaniphile kakhulu:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite