Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ziyaphumputha ebumnyameni zingenakukhanya, uyazintengantengisa njengesidakwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Baphuphutheka ebumnyameni bengenakukhanya, ubabhamazelisile njengezidakwa.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Baphumputha ebumnyameni kungekho kukhanya, futhi uyabenza badiyazele njengomuntu odakiwe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:25
10 Referans Kwoze  

Emini bahlangana nobumnyama, baphumputha emini njengasebusuku.


Bayendayenda, bantengezela njengodakiweyo; konke ukuhlakanipha kwabo kwagwinywa.


Umhlaba uyatengezela nokutengezela njengesidakwa, uyantengantenga njengexhiba; isiphambeko siyakuba nzima phezu kwawo, uwe, ungabe usavuka futhi.


UJehova uthulule umoya ophambeneyo phakathi kwabo, baze balintengantengise iGibithe kuyo yonke imisebenzi yalo njengesidakwa sintengantenga ebuhlanzweni baso.


kepha ozonda umzalwane wakhe usebumnyameni, uhamba ebumnyameni, akazi lapho eya khona, ngokuba ubumnyama buwaphuphuthekisile amehlo akhe.


Bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho manje. Uzakuba yimpumputhe, kube yisikhathi ungaliboni ilanga.” Kwase kumfikela khona lapho ukufiphala nobumnyama, wahamba efuna abazakumhola ngesandla.


Siphuthaza udonga njengempumputhe, yebo, siphumputha njengabangenamehlo; sikhubeka emini njengasekuhweleleni; phakathi kwabaphilayo sinjengabafileyo.


uphumputhe emini njengempumputhe iphumputha ebumnyameni; awuyikuphumelela ezindleleni zakho, uyakucindezelwa kuphela, uphangwe; akuyikubakho muntu wokukusindisa.


Amadoda ayephandle kwendlu awashaya ngobumpumputhe, amancane namakhulu, aze akhathala ukufuna umnyango.


Ukukhanya kuyakufiphala etendeni lakhe, nesibani sakhe phezu kwakhe siyakucimeka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite