Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Uyamuka izinhloko zezizwe ezweni ingqondo yazo, azidukise ehlane elingenandlela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Uphuca abaholi bezizwe zomhlaba ukuqonda, abahlwathizise lapho kungekho ndlela khona, ehlane, kwahlongasibi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ususa inhliziyo yababusi babantu bomhlaba, abenze bazulazule ogwadule okungenandlela.

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:24
12 Referans Kwoze  

Wathela ukudelelwa phezu kwezikhulu, wabazulazulisa ehlane elingenandlela.


Uyasusa ulimi lwabathembekileyo, aphuce amalunga ukuqonda.


“U-Efrayimi unjengejuba elidukiswayo lingenangqondo; bayabiza iGibithe, baya e-Asiriya.


Ngasona leso sikhathi le nto yagcwaliseka phezu kukaNebukadinesari: waxoshwa kubantu, wadliswa utshani njengezinkabi, umzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, zaze zakhula izinwele zakhe njengezimpaphe zezinkozi nezinzipho zakhe njengamazipho ezinyoni.


inhliziyo yakhe iyakuguqulwa ingabi ngeyomuntu, aphiwe inhliziyo yesilwane, kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwakhe.


Isiprofetho ngeGibithe. Bheka, uJehova ukhwele phezu kwefu elinejubane, uyeza eGibithe; onkulunkulu baseGibithe bayathuthumela ebusweni bakhe, nezinhliziyo zabaseGibithe ziphela amandla phakathi kwabo.


Bazulazula ehlane ngendlela yakwahlongasibi, abafumananga umuzi wokuhlala.


Ngokuba uvalile izinhliziyo zabo zingaqondi; ngalokho awuyikubaphakamisa.


Izwi lezindebe zazo liyisono somlomo wazo; mazibanjwe ekuzidleni kwazo nangenxa yesiqalekiso namanga eziwakhulumayo.


Amaqabunga awo ayemahle, nezithelo zawo zaziziningi, kukhona kuwo ukudla kubo bonke; izilwane zasendle zazinomthunzi phansi kwawo, izinyoni zezulu zazihlala emagatsheni awo, nenyama yonke yondliwa kuwo.


“Ngabona emibonweni yekhanda lami ngisembhedeni wami, bheka, nango umlindi ongcwele ehla ezulwini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite