Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Uyandisa izizwe, abesezibhubhisa; ukhulisa izizwe, abesezisusa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Wenza izizwe zibe zinkulu, bese ezibhubhisa, ukhulisa izizwe, bese ezihlakaza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Uyandisa izizwe, azichithe; Wandisa izizwe, aphinde azihluphe;

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:23
13 Referans Kwoze  

Wandisa isizwe, Jehova, wandisa isizwe, wadunyiswa, wavula yonke imikhawulo yezwe.


Uyakwandisa isizwe, ukhulise intokozo yaso; bathokoza phambi kwakho njengokuthokoza ekuvuneni, njengalokhu abantu bethokoza ekwabeleni kwabo impango.


Omncane uyakuba yinkulungwane, ophansi abe yisizwe esinamandla; mina nginguJehova, ngiyakukusheshisa ngesikhathi sakho.”


Wababusisa, banda kakhulu, akanciphisa izinkomo zabo.


Ngiyakubahlabela ikhwelo, ngibabuthe, ngokuba ngibahlengile; bayakwanda njengalokho kade banda.


Njengebandla lasezulwini lingenakubalwa, nesihlabathi solwandle singenakulinganiswa, kanjalo ngiyakwandisa inzalo kaDavide inceku yami namaLevi angikhonzayo.’ ”


Kuyakuphuma kubo udumiso nezwi labathokozayo; ngiyakubenza babe baningi, bangabi ngabayingcosana, ngibadumise, bangeyiswa.


Bhekani ku-Abrahama uyihlo, nakuSara owanizalayo, ngokuba eseyedwa ngambiza, ngambusisa, ngamandisa.


Ngezinsuku ezizayo uJakobe uyakugxila, u-Israyeli akhahlele, aqhakaze, bagcwalise ubuso bomhlaba ngezithelo.


UNkulunkulu wabenzela ababelethisi okuhle; abantu banda, baba baningi kakhulu.


Abantwana bakwa-Israyeli bazala, bachuma, banda, baba baningi; izwe lagcwala bona.


wazenza izizwe zonke ngagazi linye ukuba zakhe ebusweni bonke bomhlaba, wamisa izikhathi ezinqunyiweyo nemikhawulo yokuhlala kwazo,


Babuye bancipha, bathotshiswa ngokucindezelwa, nangobubi, nangosizi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite