Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Impela yinina eningabantu; ukuhlakanipha kuyakufa nani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Akuthandabuzwa ukuthi yini nodwa abantu, nokuhlakanipha kuyofa nani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuqinisekile, kodwa nina ningabantu, futhi ukuhlakanipha kuyofa kanye nani.

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:2
16 Referans Kwoze  

Ngisho lokhu ukuba nibe namahloni. Kunjalo kanti: akukho namunye phakathi kwenu ohlakaniphileyo onganquma phakathi kwabazalwane bakhe na?


Thina siyiziwula ngenxa kaKristu, kepha nina nihlakaniphile kuKristu; thina sibuthakathaka, kepha nina ninamandla; nina niyadunyiswa, kepha thina siyadunyazwa.


Wo kubona abahlakaniphile emehlweni abo nabaqondile ekuboneni kwabo!


Isicebi sihlakaniphile emehlweni aso, kepha ompofu oqondileyo uyakusifica.


Ngiyezwa insolo engihlazisayo, kepha umoya wasengqondweni yami uyangiphendula.


Nokho buyani nonke phela, nize; kodwa angiyikuthola phakathi kwenu ohlakaniphileyo.


Ngokuba uvalile izinhliziyo zabo zingaqondi; ngalokho awuyikubaphakamisa.


“Ohlakaniphileyo uyakuphendula ngokwazi okungumoya nje, agcwalise isisu ngomoya wasempumalanga, na?


Umuntu oyize uyakuba nengqondo, nxa ithole lembongolo yasendle lizalwa libe ngumuntu.


akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha, ngokuba ukuqonda kwakhe kuninginingi, uze wazi ukuthi uNkulunkulu, ukuba kube kuhle kuwe, wenza ukuba ikhohlakale inxenye yecala lakho.


“Awayikuphendulwa amazwi amaningi kangaka na? Umuntu oliphoshophosho angathethelelwa na?


Wayesephendula uJobe, wathi:


Umlulekile kanjani ongenakuhlakanipha! Umemezile kangakanani ukuqonda!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite