Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kuye kukhona amandla nokusizwa; odukisiweyo nodukileyo bakuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Amandla nokuhlakanipha okungqokolo kungokwakhe, oduka endleleni nalowo omdukisayo bangabakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kuye kukhona amandla nokuhlakanipha: okhohlisiwe nomkhohlisi ungowakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:16
10 Referans Kwoze  

“ ‘Uma umprofethi eyengwa akhulume izwi, mina Jehova ngimyengile lowo mprofethi; ngiyakwelulela isandla sami phezu kwakhe, ngimchithe phakathi kwabantu bami u-Israyeli.


Kuhle yini, lapho eniphendla? Njengalokhu umuntu ekhohliswa niyakumkhohlisa na?


ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi; ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.’


Niyakumkhulumela uNkulunkulu ngokubi, nimkhulumele ngenkohliso, na?


“Kuyena kukhona ukuhlakanipha namandla; unesu nokuqonda.


UDaniyeli wathatha wathi: “Malibongwe igama likaNkulunkulu kusukela kwaphakade kuze kube phakade, ngokuba ukuhlakanipha namandla kungokwakhe;


Nokho kukhona umoya kumuntu; ukuphefumula kukaSomandla kuyabaqondisa.


Ngokuba uJehova uyanika ukuhlakanipha; emlonyeni wakhe kuphuma ukwazi nokuqonda.


Nokho naye uhlakaniphile, uyakuletha okubi; akayikubuyisa amazwi akhe, kepha uyakuvukela indlu yababi nosizo lwabenza okubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite