Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Imihla yami ayiyingcosana na? Makapheze, angiyeke ukuba ngithokoze kancane,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Izinsuku zokuphila kwami aziyingcosana yini na? Ake ungiyeke, kengithole ukuthokoza kancane nje,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Izinsuku zami azimbalwa na? yima, ngime, ukuze ngiduduzeke kancane;

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:20
11 Referans Kwoze  

“Umuntu ozelwe ngowesifazane imihla yakhe mifushane, igcwele ukuyaluza.


Yeka ukungibuka, ngize ngincibilike, ngingakamuki lapha, ngingabe ngisabakho.”


Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla; imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe; impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela*


masingasondeli kimi isandla sakho, ngingethuswa yingebhe ngawe.


ngokuba thina singabezolo nje, asinalwazi, lokhu imihla yethu emhlabeni iyithunzi;


Kavumi ukuba ngiphefumule, kepha uyangigcwalisa ngomunyu.


ngibe njengokungathi ngingekho, ngiyiswe ethuneni ngisaphuma esiswini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite