Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “ ‘Ungikhipheleni esizalweni na? Ngangiyakugqibuka lingakangiboni iso,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 “ ‘Wangivumelelani ukuba ngizalwe, ngiphume esibelethweni na? Ngangingafi ngani ngingakabonwa nangelilodwa iso na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Pho, ungikhipheleni esizalweni sikamame na? Sengathi ngaphela umoya, iso lingangibonanga;

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:18
9 Referans Kwoze  

INdodana yomuntu iyamuka kambe njengokulotshiwe ngayo, kepha maye kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! Nga kukuhle kulowo muntu ukuba kazalwanga.”


Maye kimina, mame, ukuthi ungizalile, ngibe ngumuntu wokuphikisana nokuxabana emhlabeni wonke! Angibizanga inzalo, futhi akubizwanga inzalo kimi, nokho bayangiqalekisa bonke.


Kepha umuntu ofileyo uphelile; umuntu ogqabukileyo uphi na?


Kepha amehlo ababi ayakufiphala; abayikuba nandawo yokuphephela; ithemba labo liyakuba ngukuphuma komphefumulo.”


ngibe njengokungathi ngingekho, ngiyiswe ethuneni ngisaphuma esiswini.


ngokuba anginqunywanga, bungakafiki ubumnyama; wangifihlela ukuhlwa.


Ngencike kuwe kwasesiswini; nguwe owangikhipha ezibilinini zikamame; ukudumisa kwami kuyakuba ngawe njalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite