Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ubuyakuletha kimi ofakazi abasha, wandise intukuthelo yakho kimi, amabandla ngamabandla angisukele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ubuyakuletha kimi ofakazi abasha, wandise intukuthelo yakho kimi, amaviyo ngamaviyo angithelekele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Uvuselela ofakazi bakho ngokumelene nami, wandise ukufutheka kwakho kimi; izinguquko nempi zimelene nami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:17
9 Referans Kwoze  

Ungicindezele, kungubufakazi; ukonda kwami kuyangivukela, kufakaze ebusweni bami.


Ngahamba ngigcwele, uJehova ungibuyise ngize; ningibizelani ngokuthi uNawomi, lokhu uJehova efakazile ngami, uSomandla engenzele okubi, na?”


Kuyakuthi ngaleso sikhathi ngicwaninge iJerusalema ngezibani, ngihambele abantu abajiyile enhleseni yabo, abathi ezinhliziyweni zabo: UJehova akenzi okuhle, akenzi nokubi.


“UMowabi ugciniwe kwasebusheni bakhe, uphumulile enhleseni yakhe, kathululwanga ezitsheni ngezitsha, akayanga ekuthunjweni; ngalokho ukuzwakala kwakhe kuhlala kuye, nephunga lakhe aliguquki.


UNkulunkulu uzakuzwa, abaphendule, yena okhona kwaphakade. Sela* Yibona kambe okungekho kubo ukuphenduka, nabangamesabiyo uNkulunkulu.


“Umuntu akasempini yini emhlabeni, imihla yakhe ayinjengemihla yomqashwa na?


Usithelani ubuso bakho, ungishaye isitha, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite