Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ungenzele ukuphila nomusa; ukungihambela kwakho kulondile umoya wami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ungiphe impilo, wangenzela umusa, ukunginakekela kwakho kuwulondile umoya wami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Unginikile ukuphila nomusa, ukuhanjelwa kwakho kulonde umoya wami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:12
6 Referans Kwoze  

‘Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye,’ njengalokho izimbongi ezithile zakini zishilo zathi: “ ‘Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.’


Umoya kaNkulunkulu ungenzile, nokuphefumula kukaSomandla kunginika ukuphila.


“Ngalokho-ke ngithi kini: Ningakhathazeki ngokuphila kwenu ukuthi niyakudlani noma niyakuphuzani, nangomzimba wenu ukuthi niyakwembathani. Ukuphila akukukhulu kunokudla nomzimba kunesambatho na?


futhi akakhonzwa ngezandla zabantu ngokungathi udinga utho, yena obapha bonke ukuphila nokuphefumula nakho konke;


Bheka, inceku yakho ifumene umusa emehlweni akho, ungenzele ububele obukhulu ngokusindisa ukuphila kwami; kepha mina angikwazi ukubalekela entabeni, funa ububi bungifice, ngife.


Awungembathisanga isikhumba nenyama, wangiphica ngamathambo nangemisipha, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite