Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 1:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwathi ngolunye usuku lapho amadodana akhe namadodakazi akhe edla, ephuza iwayini endlini yomfowabo oyizibulo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kwathi ngolunye usuku, lapho amadodana namadodakazi kaJobe edla, ephuza iwayini endlini yezibulo lakhe,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kwathi ngolunye usuku amadodana akhe namadodakazi akhe edla, ephuza iwayini endlini yomfowabo omkhulu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 1:13
8 Referans Kwoze  

“Xwayani ukuba izinhliziyo zenu zingasindwa ngukuminza nokudakwa nokunaka okwalokhu kuphila, lunizume lolo suku ningazelele,


Ngokuba umuntu akasazi isikhathi sakhe; njengezinhlanzi ezibanjwa enetheni elibi nezinyoni ezibanjwa ogibeni, kanjalo amadodana abantu abekelwa isihibe ngesikhathi esibi, lapho siwehlela ngokuzumayo.


Ungazigabisi ngolwakusasa, ngokuba awukwazi okungavela ngosuku.


Amadodana akhe ayehamba enza idili endlini yaleyo naleyo ngosuku lwayo; ayesethuma ebiza odadewabo abathathu ukuba badle, baphuze nawo.


Wathi uJehova kuSathane: “Bheka, konke anakho kusesandleni sakho; kuphela kuyena uqobo ungabeki isandla sakho.” Wayesephuma uSathane ebusweni bukaJehova.


kwafika isithunywa kuJobe, sathi: “Izinkabi bezilima, izimbongolo ziklabile eceleni kwazo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite