Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 9:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UJehova wathi: “Ngokuba bewushiyile umthetho wami engawubeka phambi kwabo, bengalilalelanga izwi lami, bengahambanga ngalo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 USimakade wathi: “Kungenxa yokuba bawushiyile umthetho wami engawubeka phambi kwabo. Abalilalelanga izwi lami futhi abahambanga ngalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Futhi uJehova uthi: “Ngenxa yokuthi bawushiyile umthetho wami engangiwubeka phambi kwabo, futhi abazange balilalele izwi lami futhi abahambanga kulo;

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 9:13
11 Referans Kwoze  

“Kepha uma nibuya, nishiye izimiso zami nemiyalo yami engikubeke phambi kwakho, nihambe nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo,


Bayakuthi: ‘Ngokuba basishiya isivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wabo, bakhuleka kwabanye onkulunkulu, babakhonza.’ ”


“Manje siyakuthini, Nkulunkulu wethu, emva kwalokhu na? Ngokuba sishiyile imiyalo yakho


Abashiya umthetho badumisa ababi, kepha abagcina umthetho balwa nabo.


Ukuvutha kolaka kungibambile ngenxa yababi abashiya umthetho wakho.


Kuyakuthi lapho nisho nithi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu wenzeleni kithi konke lokhu na?’ usho kubo ukuthi: ‘Njengalokho ningishiyile, nakhonza onkulunkulu babezizwe ezweni lakini, kanjalo niyakukhonza abezizwe ezweni elingesilo elenu.’


Nokho abangilalelanga, ababekanga izindlebe zabo, kepha benza lukhuni izintamo zabo; benza kabi kunawoyise.’


Laba bantu ababi abala ukuzwa amazwi ami, abahamba ngobulukhuni bezinhliziyo zabo, balandela abanye onkulunkulu ukuba babakhonze, bakhuleke kubo, bayakuba njengaleli bhande elingasenamsebenzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite