Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 7:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngokuba angikhulumanga koyihlo, angibayalelanga ngezindaba zeminikelo nemihlatshelo mhla ngibakhipha ezweni laseGibithe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Ngokuba angikhulumanga kokhokho benu, angibayalanga mhla ngibakhipha eGibhithe ngezindaba zeminikelo nemihlatshelo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokuba angikhulumanga koyihlo, futhi angibayalanga ngosuku engabakhipha ngalo ezweni laseGibithe mayelana neminikelo yokushiswa nemihlatshelo.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 7:22
9 Referans Kwoze  

Ngokuba ngifuna uthando, hhayi umhlatshelo; ngifuma ukumazi uNkulunkulu kuneminikelo yokushiswa.


USamuweli wathi: “UJehova uyenamela yini iminikelo yokushiswa nemihlatshelo, njengalokhu enamele ukulalelwa kwezwi likaJehova, na? Bheka, ukulalela kuhle kunomhlatshelo, nokuqaphela kuhle kunamanoni ezinqama.


Kepha hambani nifunde ukuba kuthini ukuthi: ‘Ngifuna isihawu, hhayi umhlatshelo.’ Ngokuba angizanga ukubiza abalungileyo kepha izoni ukuba ziphenduke.”


Umhlatshelo nomnikelo wokudla awuwuthandi; izindlebe zami uzibhobozile; umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.


futhi ukuyithanda yona ngenhliziyo yonke, nangengqondo yonke, nangamandla onke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu umuntu ezithanda yena kudlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.”


wahamba, wakhonza abanye onkulunkulu, wakhuleka kubo, noma ilanga, noma inyanga, noma ibandla lezulu, engingayalanga ngakho,


“Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaJuda benzile okubi kuphela emehlweni ami kwasebuntwaneni babo, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bangicunulile kuphela ngemisebenzi yezandla zabo, usho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite