UJeremiya 51:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Ocibishelayo uyakunsala umnsalo kogoba umnsalo khona, nakuye oziphakamisa ngebhantshi lakhe lensimbi; ningasindisi izinsizwa zalo, niqede nya impi yalo yonke. Gade chapit laIsiZulu 20203 Ningamniki thuba lokuciba ngomnsalo wakhe owaseBhabhele, makangahlomi ngezikhali zakhe. Izinsizwa zalo ningazisindisi, niwaqede nya amabutho alo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20243 Umcibisholo makawunsabe umnsalo phezu kocibishelayo, noziphakamisayo emibukweni yakhe; futhi akazihawukeli izinsizwa zawo; bhubhisa yonke impi yalo ngesiqalekiso esichithayo. Gade chapit la |