Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Balekani, nisindise ukuphila kwenu, nibe njengesihlahla esiyize ehlane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Balekani, nisindise impilo yenu, ukuze nibe njengesihlahla esiyize ehlane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Balekani, nisindise ukuphila kwenu, nibe njengesihlava ehlane.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:6
10 Referans Kwoze  

Uyakuba njengesihlahla esiyize ehlane, angaboni ukuthi kuyeza okuhle, uyakuhlala ezindaweni ezishileyo ehlane, ezweni likasawoti elingahlalwa muntu.


“Balekani eBabele, yilowo nalowo akhulule ukuphila kwakhe, ninganqunywa ngokona kwalo, ngokuba kuyisikhathi sempindiselo kaJehova, uyakuliphindisela.


ukuze ngezinto ezimbili ezingeguquleke, uNkulunkulu angeqambe amanga ngazo, sibe nenduduzo enamandla thina esibalekele ekulibambeni ithemba esilimiselweyo,


Ngakho-ke wathi ezixukwini ezaziphumela ukubhapathizwa nguye: “Nzalo yezinyoka, ubani onibonise ukubalekela intukuthelo ezayo na?


Ngiyaphephela kuJehova; nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi: “Balekela entabeni yenu njengenyoni, na?


Kwathi esebaphumisile ngaphandle, wathi: “Baleka, usinde; ungabheki emva kwakho, ungemi ndawo ethafeni lonke; balekela entabeni, funa ubhujiswe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite