Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Ingozi kaMowabi iseduze ukufika, usizi lwakhe lushesha kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Inhlekelele kaMowabi iseduze, usizi lwakhe luza ngokushesha okukhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Inhlekelele kaMowabi iseduze ukuza, futhi usizi lwakhe luyashesha.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:16
8 Referans Kwoze  

Izimpungushe ziyakukhala ezinqabeni zalo, namakhanka ezindlini zamakhosi; siseduze ukufika isikhathi salo, nezinsuku zalo aziyikwandiswa.


nangokufisa bayakuthengiselana ngani ngamazwi obuqili, abakulahlwa kwabo kwamandulo akulibali nokubhujiswa kwabo akozeli.


“Ngalokho thana kubo: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Akusayikulitshaziswa zwi, kepha izwi engiyakulikhuluma liyakwenzeka, isho iNkosi uJehova.’ ”


Ngalokho thana kubo: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngiyakwenza ukuba siphele leso saga, bangabe besafanisa ngaso kwa-Israyeli,’ kepha khuluma kubo ngokuthi: ‘Izinsuku sezisondele nokugcwaliseka kwemibono yonke.


Wayesethi uJehova kimi: “Ubone kahle, ngokuba ngiyakulilinda izwi lami ukuba ngilenze.”


Ngeyami impindiselo nembuyiselo ngesikhathi sokushelela konyawo lwabo, ngokuba usuku lwabo lwengozi selusondele, izinto abazilungiselweyo ziyakuphuthuma.


umcibisholo uze uhlabe isibindi sakhe njengenyoni isheshela ogibeni, ingazi ukuthi lubekelwe ukuphila kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite