Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 42:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wayesembiza uJohanani indodana kaKhareya, nazo zonke izinduna zempi ezazinaye, nabo bonke abantu abancane nabakhulu, wathi kubo:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Wayesebiza uJohanani, indodana kaKhareya, abakhuzi bonke bempi ababenaye, nabantu bonke abancane nabadala,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wayesebiza uJohanani indodana kaKhareya nazo zonke izinduna zempi ezazinaye, nabo bonke abantu, kusukela komncane kuze kufike komkhulu;

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 42:8
7 Referans Kwoze  

Zase zisondela zonke izinduna zempi, noJohanani indodana kaKhareya, noJezaniya indodana kaHoshaya, nabantu bonke abancane nabakhulu,


UJohanani indodana kaKhareya nazo zonke izinduna zempi ezazisendle beza kuGedaliya eMispa,


zaya kuGedaliya eMispa: u-Ishmayeli indodana kaNethaniya, noJohanani noJonathani amadodana kaKhareya, noSeraya indodana kaThanihumeti, namadodana ka-Efayi waseNethofa, noJahazaniya indodana yomMahakha, bona nabantu babo.


Kwathi emva kwezinsuku eziyishumi izwi likaJehova lafika kuJeremiya.


“Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli eningithume kuye ukubeka ukunxusa kwenu phambi kwakhe, uthi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite