Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 41:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi sebengenile phakathi komuzi, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wababulala, wabalahla emgodini, yena namadoda ayenaye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kwathi ukuba angene phakathi emzini, u-Ishmayeli, indodana kaNethaniya, namadoda ayenaye bawabulala lawo madoda, bawaphonsa emgodini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho bengena phakathi nomuzi, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya wababulala, wabaphonsa emgodini womgodi, yena namadoda ayenaye.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 41:7
11 Referans Kwoze  

Izikhulu zawo phakathi kwawo zinjengezimpisi ezidwengula impango ukuchitha igazi nokuqeda imiphefumulo ukuba ziphange nokuphanga.


Izinyawo zabo zigijimela ebubini, bashesha ukuchitha igazi elingenacala; imicabango yabo iyimicabango yobubi; incithakalo nokubhujiswa kusezindleleni zabo.


Wena Nkulunkulu uyakubaphonsa egodini lokubhubhisa; abantu begazi nenkohliso abayikufinyelela nasenxenyeni yezinsuku zabo; kepha mina ngizakwethemba wena.


izinyawo zabo zishesha ukuchitha igazi,


ngokuba izinyawo zazo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi.


UPheka, indodana kaRemaliya, induna yakhe wamenzela ugobe, wamgenca eSamariya enqabeni yendlu yenkosi kanye no-Arigobi no-Ariye; wayenabantu bakwaGileyadi abangamashumi ayisihlanu; wambulala, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Kepha wena ulahliwe ngaphandle kwethuna lakho njengegatsha elinengekayo, ligqokwe ngababuleweyo, abahlatshwe yinkemba, abehlela ematsheni omgodi njengesidumbu esinyathelweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite