Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 41:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 U-Ishmayeli wabulala nabo bonke abaJuda ababe naye uGedaliya eMispa, namaKaledi, amadoda empi ayefunyanwa khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Bonke abaJuda ababenoGedaliya eMizpa namaKhaledi, namabutho ayelapho, wawabulala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 U-Ishmayeli wabulala bonke abaJuda ababenaye, kanye noGedaliya eMispa, namaKaledi afunyanwa khona, namadoda empi.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 41:3
6 Referans Kwoze  

Uyakhala nokukhala ebusuku, izinyembezi zawo zisezihlathini zawo; kawunamduduzi phakathi kwazo zonke izithandwa zawo; bonke abangane bawo bawuphathe ngenkohliso, sebe yizitha zawo.


Ukuhlakanipha kungcono kunezikhali zokulwa, ngokuba oyedwa owonayo angachitha okuhle okuningi.


Kepha kwathi ngenyanga yesikhombisa wafika u-Ishmayeli indodana kaNethaniya ka-Elishama wozalo lwenkosi, abantu abayishumi benaye, wamshaya uGedaliya waze wafa, kanye nabaJuda namaKaledi ayenaye eMispa.


Wayesesuka u-Ishmayeli indodana kaNethaniya namadoda ayishumi ayenaye, bamshaya uGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani ngenkemba, bambulala, yena inkosi yaseBabele ebimenze umbusi ezweni.


Kwathi ngosuku lwesibili esembulele uGedaliya, kungaziwa muntu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite