Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 4:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Umoya omkhulu kunokuba kwenziwe lokhu uyakuphuma kimi. Manje sengiyakukhuluma nami ukwahlulela kubo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Umoya omkhulu kunalokho uyakuphuma kimi. Manje ngiyakukhuluma, ngibagwebe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngisho nomoya onamandla ovela kulezo zindawo uyofika phezu kwami; ngisho namanje ngiyakubahlulela.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 4:12
10 Referans Kwoze  

Ngiyakukhipha ukwahlulela kwami phezu kwabo ngenxa yabo bonke ububi babo, ngokuba bangihlubukile, bashisela abanye onkulunkulu impepho, bakhuleka kuyo imisebenzi yezandla zabo.


ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, mina, yebo, mina ngimelene nawe; ngiyakwenza izahlulelo phakathi kwakho emehlweni ezizwe.


Unisa izihibe phezu kwababi; umlilo nesibabule nomoya oshisayo kuyisabelo sendebe yabo.


Ngaleso sikhathi kuyakuthiwa kulaba bantu nakulo iJerusalema: “Ishisandlu elivela emadulini angenalutho liya endodakazini yabantu bami, lingayikubahlakaza, lingayikubahlunga.


Bhekani, uyakhuphuka njengamafu, izinqola zakhe zinjengesivunguvungu, amahhashi akhe anejubane kunezinkozi. Maye kithina, ngokuba sichithiwe!


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngiyakuvusela iBabele nabakhileyo eLebi Khamayi umoya womchithi.


“Noma enezithelo phakathi kwabafowabo, kuyakufika umoya wasempumalanga, umoya kaJehova ovela ehlane; besewujabha umthombo, isiphethu sishe; uyakuphanga ingcebo yakhe, zonke izinto ezinxanelekayo.


Bese sikhukhula njengomoya, sidlule, sizitholele icala, sona esimandla aso angunkulunkulu waso.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite