Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 39:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Yakhipha namehlo kaSedekiya, yambopha ngamaketanga ukuba imyise eBabele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 UZedekiya yamkhipha amehlo, yambopha ngamaketanga, wayiswa eBhabhele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngaphezu kwalokho, yakhipha amehlo kaZedekiya yambopha ngamaketanga ukuze imyise eBhabhiloni.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 39:7
10 Referans Kwoze  

Ngiyakuleneka inetha lami phezu kwaso, sibanjwe ogibeni lwami; ngiyakusiyisa eBabele ezweni lamaKaledi. Kepha asiyikulibona, noma sifela khona.


Yakhipha namehlo kaSedekiya; inkosi yaseBabele yambopha ngamaketanga, yamyisa eBabele, yamfaka etilongweni kwaze kwaba sosukwini lokufa kwakhe.


Abulala amadodana kaSedekiya phambi kwamehlo akhe, akhipha amehlo kaSedekiya, ambopha ngamaketanga, amyisa eBabele.


AmaFilisti ambamba, awakhipha amehlo akhe; amehlisela eGaza, ambopha ngamaketanga; wasila etilongweni.


Izimiso zakho ngiyakuzigcina; ungangishiyi nakanci.


Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: ‘Bheka, ngiyakukwenza ukuba ube luvalo kuwe uqobo nakubo bonke abangane bakho; bayakuwa ngenkemba yezitha zabo, amehlo akho akubone; ngiyakunikela wonke uJuda esandleni senkosi yaseBabele, ibathumbele eBabele, ibabulale ngenkemba.


Awuyikuphunyuka esandleni sayo; uyakubanjwa nokubanjwa, unikelwe esandleni sayo; amehlo akho ayakubheka amehlo enkosi yaseBabele, ikhulume nawe umlomo nomlomo; uyakuya eBabele.


Usho kanje uJehova, uthi: ‘Bhekani, ngiyakunikela uFaro uHofira inkosi yaseGibithe esandleni sezitha zakhe nasesandleni sabafuna ukuphila kwakhe, njengalokho nganikela uSedekiya inkosi yakwaJuda esandleni sikaNebukadinesari, inkosi yaseBabele, isitha sakhe esasifuna ukuphila kwakhe.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite