UJeremiya 39:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Kepha impi yamaKaledi yabaxosha, yamfica uSedekiya emahlane aseJeriko, yambamba, yamkhuphulela kuNebukadinesari, inkosi yaseBabele, eRibila ezweni laseHamati, wamahlulela. Gade chapit laIsiZulu 20205 Kepha impi yamaKhaledi yabahubha, yamfica uZedekiya ezinkalweni eJerikho, yambamba, yamyisa kuNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, owayeseRibhila eHamathi, wamgweba. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20245 Kodwa impi yamaKaledi yabaxosha, yamfica uZedekiya emathafeni aseJeriko; sebemthathile, bamyisa kuNebukadinesari, inkosi yaseBabele, eRibila ezweni laseHamati, lapho ahlulela khona. Gade chapit la |
Ngasemuva, usho uJehova, ngiyakunikela uSedekiya inkosi yakwaJuda, nezinceku zakhe, nabantu abasele kulo muzi esifweni, nasenkembeni, nasendlaleni, nasesandleni sikaNebukadinesari inkosi yaseBabele, nasesandleni sezitha zabo, nasesandleni sabafuna ukuphila kwabo, abashaye ngosiko lwenkemba, angabasindisi, angabahawukeli, angabi namusa kubo.’