Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 38:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UShefathiya indodana kaMathani, noGedaliya indodana kaPhashuri, noJukali indodana kaShelemiya, noPhashuri indodana kaMalikhiya bawezwa amazwi uJeremiya awakhulumayo kubo bonke abantu ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UShefathiya indodana kaMathani, uGedalidaya indodana kaPhashuri, uJukhali indodana kaShemaliya noPhashuri indodana kaMalikhiya bawezwa amazwi uJeremiya ayewakhuluma phambi kwabantu bonke, ethi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Khona-ke uShefathiya, indodana kaMathani, noGedaliya, indodana kaPhashuri, noJukali, indodana kaShelemiya, noPhashuri, indodana kaMalikhiya, bezwa amazwi uJeremiya awakhuluma kubo bonke abantu, wathi:

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 38:1
12 Referans Kwoze  

wathi: “Saniyala nokuniyala ukuba ningafundisi ngalelo gama; bhekani, senigcwalise iJerusalema ngesifundiso senu, nihlose ukwehlisela igazi lalowo muntu phezu kwethu.”


nabafowabo ababewenza umsebenzi abangamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili, no-Adaya kaJerohamu, kaPhelaliya, ka-Amisi, kaZakariya, kaPhashuri, kaMalikhiya;


abantwana bakwaShefathiya: ngamakhulu amathathu namashumi ayisikhombisa nambili;


abantwana bakwaPharoshi: yizinkulungwane ezimbili nekhulu namashumi ayisikhombisa nambili;


no-Adaya kaJerohamu kaPhashuri kaMalikhiya noMahasayi ka-Adiyeli kaJahizera kaMeshulamu kaMeshilemiti ka-Imeri,


kaMikayeli kaBahaseya kaNalikhiya


alikhulumayo uJeremiya umprofethi kubo bonke abantu bakwaJuda nakubo bonke abakhileyo eJerusalema, ethi:


Kepha ngiyakukophula ngalolo suku, usho uJehova, unganikelwa esandleni sabantu obesabayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite