Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 26:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Abapristi, nabaprofethi, nabo bonke abantu bezwa uJeremiya ekhuluma lawo mazwi endlini kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Abaphristi, abaphrofethi nabo bonke abantu bamuzwa uJeremiya ekhuluma lawa mazwi esendlini kaSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Abapristi nabaprofethi nabo bonke abantu bezwa uJeremiya ekhuluma lawa mazwi endlini kaJehova.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 26:7
8 Referans Kwoze  

elizinhloko zalo zahlulela ngemivuzo, nelibapristi balo bafundisa ngenkokhelo, nelibaprofethi balo babhula ngemali, bencike nokho kuJehova, bethi: “UJehova akaphakathi kwethu na?” Asiyikwehlelwa ngokubi.


Abaprofethi baprofetha amanga, abapristi babusa eceleni kwabo; abantu bami bayakuthanda kanjalo, kepha niyakwenze njani ekupheleni na?


Kwase kusuka umpristi omkhulu nabo bonke ababe naye abangabehlelo labaSadusi, bagcwala umhawu,


Kepha abapristi abakhulu nababhali, bebona izimangaliso azenzayo nabantwana bememeza ethempelini, bethi: “Hosiyana kuyo iNdodana kaDavide,” bacasuka,


Abaprofethi bawo bangamayiyane nabakhohlisi; abapristi bawo bayingcolisile indlu engcwele, bawudlovulile umthetho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite