UJeremiya 26:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 niwalalele amazwi ezinceku zami abaprofethi engibathumile kini, ngibathuma njalonjalo, nina ningalalelanga, Gade chapit laIsiZulu 20205 nilalele amazwi ezinceku zami, abaphrofethi engibathumele kini, ngibathumela ngiphindelela, kodwa nina nangabalalela, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20245 ukulalela amazwi ezinceku zami, abaprofethi, engabathuma kini, abavuka ekuseni ngibathuma, kepha anilalelanga; Gade chapit la |
Futhi ngithume kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngibathuma njalonjalo, ngokuthi: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; khona niyakuhlala ezweni engilinike nina nawoyihlo.” Kepha anibekanga izindlebe zenu, aningizwanga.