UJeremiya 26:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngalokho lungisani izindlela zenu nezenzo zenu, nilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wenu, uJehova abuye kukho okubi akukhulume kini. Gade chapit laIsiZulu 202013 Ngakho-ke lungisani izindlela zenu nezenzo zenu, nilalele izwi likaSimakade uNkulunkulu wenu, ukuze uSimakade ayeke ukunehlisela inhlekele akhulume ngayo kini. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202413 Ngakho-ke lungisani izindlela zenu nezenzo zenu, nilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wenu; uJehova uzozisola ngobubi akukhulume ngani. Gade chapit la |
Futhi ngithume kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngibathuma njalonjalo, ngokuthi: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; khona niyakuhlala ezweni engilinike nina nawoyihlo.” Kepha anibekanga izindlebe zenu, aningizwanga.